Date:
Time:
Cost:
Event Info

Why Invest

Emva kokuba nenhlanhla yokuwina lo mcintiswano, banquma usuku lomshado, i-BONA yayikhona ngalolo suku ukuzozibonela ngawayo. Lo mshado wawuse-Karel Kat eBoksburg, umbala wosuku oyelo wawuhambisana nelanga elaliphumile. "Lo umkomelo omkhulu! Asikaze sizitshele ukuthi singahle siwine. Saba nosuku oluhle kakhulu futhi saluthokozela," kusho uThabo. Emva kokuthi babophe ifindo likasofa silahlane, izihambeli zathokozela ukudla, zadansa kwaze kwaqala i-reception. I u U7habo noMainetsi base-Alexandra baziwinela umncintiswano weinishado wakwa-Boxer wenani likaR100 000. UMBIKO 66 SIBONGA ABAKWA-BOXER, BONA, VASELINE, POND'S NABAKWA DAWN. IPHUPHO LIKA-MAMETSI NO-THABO LAFEZEKA. 99 Andrew Mills, Boxer marketing director I "many ZULU JUNE 2016 I WWW.BONA.CO.ZA 29

Publication: Bona Magazine (Zulu); p.28/29

Browse by Category

Search other articles